IMVELAPHI YA MANCWABE

IMVELAPHI YA MANCWABE Our objectives| To discover more about our origins, research and have a full understanding of who we really are, our contribution and role in our family.

Sabanesikhathi esimnandi kakhulu nomndeni waseMaNcwabeni EMABHELENI ngaphansi kweNkosi uMbhele - kwakunendumezulu yimseb...
22/01/2023

Sabanesikhathi esimnandi kakhulu nomndeni waseMaNcwabeni EMABHELENI ngaphansi kweNkosi uMbhele - kwakunendumezulu yimsebenzi wabantu abadala owawuhanjelwe nayizicukuthwane namaciko adumileyo

Lomndeni uhlezi useduze kakhulu kwenhliziyo yami ngyafisa abangasekho bawubusise ngokuwuhlanganisa kwabalele nabaphilayo ube nobumbano ube isibonelo esihle njalo nje

26/12/2022
17/05/2022

Vamumusa Noyaba wrote

Sanibonani emaNcwabeni.
Angibonge okokuqala ukuthi you are active kwesengike ngakufunda kwenixoxa ngakho.
Nginesicelo nami sokuthi ke sixoxisaneni ngalo udaba lwakwethu sonke esesike siluzwe leli loBukhosi bakwaMncwabe.
Nami ngiyavuma babukhona eminyakeni eyedlule.
So mhlawumbe ake sibonisane ekutheni buyini uBukhosi kuqala.
Uma singakwazi ukubuchaza kahle kusicacele kahle iningi lethu, I am sure kuzobe kusho ukuthi as the Mncwabe family members ( the today generation) sizokwazi ukuhlanganisa amakhanda kunoma yini ethinta umndeni wethu as amaNcwabe.
Uma ngingaqala nje ngikwami ubukhosi indlela yokuhola noma ukuphathwa kwesizwe ngendlela ehlelekile ngamanye amazwi ( ubukhosi is the system of governance using African knowledge, culture and traditions since now we live in a democratic South Africa sekungafanele sithi ukwethekela okuhle ukusebenza kahle from other systems), kwiSystem yoBukhosi kukhona iNkosi phakathi kanye nezinye izihlalo ezisetshenzwa abomndeni kuphela bese kubakhona iTraditional council yona eyakhiwa ngokulandela the Khoisan and Traditional leadership Act 41 of 2003 nayo kuyona iNkosi ibanguSihlalo wayo kubekhona izinduna kubekhona namalunga akhethwa ubukhosi kanye namalunga avotelwa amalunga omphakathi.
Ubukhosi buvunyelwa ukuthi bulethe u-60% wamalunga bese umphakathi wona ulethe amalunga enza u-40% wabavotelwe besuka esizweni.
LeTraditional Council isebenzisana nawowonke amaGovernment Departments, namaNGO/NPO/NPC , Ward Councillor and Ward Committee and Private Sector through a Warroom eyakhiwa kulesosizwe.
Since ubukhosi buphila isikhathi eside lokho kunikezela isiqinisekiso sokuthi benza sho ukuthi umphakathi or isizwe siyayithola intuthuko nokunakekelwa esikudingayo.

Ake ngime lapha bese ngizwa ukuthi athini amaNcwabe

19/04/2021

Attention Mncwabe Family kwabase Richmond - I found some important documents belongs to Nhlanhlasinayo Bongani Emmanuel Mncwabe
My contacts 0723508185

Greeted Family members - It is with great pleasure to note interest shown ukungena on this platform - We are all welcome...
03/04/2021

Greeted Family members - It is with great pleasure to note interest shown ukungena on this platform -

We are all welcomed and correctly at the right place to form part of this family platform

Purpose was to regroup as family is all over the country with common goal of uniting our family diversity as we are and give as much accurate perspective about our origins as Mncwabe Clan

We acknowledge ranks we are blessed with in terms of our profile ,business wise , education - political and age groupings and so on...

We invite progressive ideas that would take our family to highest levels as our contribution in our generational mix amongst our selves -

We had UBUKHOSI kwa Mncwabe a debate that should not be narrowed to particular few individuals to own but family at large

We had land that was rightfully declared for Mncwabe at large , that must be an open debate of family at large as well.

We have our own heritage that I think should be a matter that involves family at large not only certain few individuals

Having said all these few pointers , We have some challenges generally and as part of collective leadership , we do our bit in trying to address them and commit to keep trying to deal with issues.

We acknowledge day to day birthdays of every single family members , so we do on unfortunate passing of members of our beloved family , may their souls RIP, we also in good spirit and physical on activities for families as we can not attend every activities but every member is an ambassador if present and represents all of us.

Sesigoqa , sinenselelo yokwenza umehluko emlandweni ngesibongo sakwa Mncwabe collectively , masufundeni ngamaphutha sibe ngabantu abanobuntu ukuze sishiye legacy our next generations will be proud of..

Our Origin is Our Identity

Best Wishes and Regards

Chairperson of IYM

Mbongeni Mncwabe

Namuhla kuzalwa one of our brothers - a national asset politically - father to our children - member of Executive of IMV...
31/03/2021

Namuhla kuzalwa one of our brothers - a national asset politically - father to our children - member of Executive of IMVELAPHI YA MANCWABE - an academia currently NEC member of political organization ATM

On behalf of entire family and my own right as a brother - We wish you the very best mfowethu on your special day - may your kind heart not be changed by any circumstances and grow from strength n bounds kwi journey of challenging world

Happy Blessed Birthday Sbusiso Mncwabe We claim pride in your achievements and exemplary legacy for family at large

10/05/2020

We wish HAPPY MOTHER'S DAY to all our mothers - whithout forgetting those of us our mothers are no more - We love you even more 👑

Address

Afrika
Kwazulu

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when IMVELAPHI YA MANCWABE posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Share